Cargando...
Ibhubesi FM lizokhumbuza abantu ukuthi singabona nokuthi sibuyaphi. iBhubesi FM lisungulwe u Mr Nhlakanipho Nkomo ongumongameli we Zase Coast Car Club ngenhloso yokukhangisa amaciko nesintu nomculu wesiZulu ngenhloso yokuthi ubunsizwa buyini ubuntombi buyini uMsamu uyini iBhubesi FM lizodlala umculo wesintu nezokholo ngoba inhloso ukuthuthukisa amakhono entsheni esakhula. IBhubesi FM lise Kwa Zulu Natal enyakatho yeTheku ngaphansi kwamaspala weTheku endaweni yakwa Ndengezi eZwelibomvu ngaphansi kwalamakhosi Inkosi uMkhize,Inkosi uCele, Inkosi Shozi, Inkosi uBheka Manganga nezinduna. Ibhubesi FM lisungulwe mhla 2022/ 10/30 iBhubesi lizinze ezwelibomvu
Emisoras Relacionadas con Ibhubesi FM Disfruta del Mismo Género Músical
Su opinión sobre Ibhubesi FM
No hay comentarios aún
Ibhubesi FM > Radio en vivo
Categorías: hip-hop, house
Ubicaciones: kwazulu-natal, sudafrica, kwangendezi
Descripción: Ibhubesi FM lizokhumbuza abantu ukuthi singabona nokuthi sibuyaphi. iBhubesi FM lisungulwe u Mr Nhlakanipho Nkomo ongumongameli we Zase Coast Car Club ngenhloso yokukhangisa amaciko nesintu nomculu wesiZulu ngenhloso yokuthi ubunsizwa buyini ubuntombi buyini uMsamu uyini iBhubesi FM lizodlala umculo wesintu nezokholo ngoba inhloso ukuthuthukisa amakhono entsheni esakhula. IBhubesi FM lise Kwa Zulu Natal enyakatho yeTheku ngaphansi kwamaspala weTheku endaweni yakwa Ndengezi eZwelibomvu ngaphansi kwalamakhosi Inkosi uMkhize,Inkosi uCele, Inkosi Shozi, Inkosi uBheka Manganga nezinduna. Ibhubesi FM lisungulwe mhla 2022/ 10/30 iBhubesi lizinze ezwelibomvu
Redes Sociales
Contactos